UKirsty Coventry Usekwenzile Njalo Ukutholela IZimbabwe Imendulo
Ndebele News
August 17, 2008 | By Intatheli yeMetro | © zimbabwemetro.com ⋅
Email This
| ⋅ Post a comment
UKirsty Coventry intshantshu yokuntseza osemicintiswaneni yamaOlympics eBeijing kwele China wenzile ezinye izimanga ngoMqgibelo lapho atholele iZimbabwe imendulo yegolide okuyimendulo yesine aseyithole emidlalweni yalonyaka.
Emidlalweni emithathu edluleyo utholele eleZimbabwe imendulu zesiliva kodwe le eyesine ibe ngeyegolide lapho ahle abhalwa embalini yalimidilalo yamaOlympics ukuba ubhukutshe ngesiqubu esingakaze sibhukutshwe ngabadlali balumdlalo emjahweni webackstroke wamameter angamakhulu amabili.
Uzulu weZimbabwe ukwamukele ngenjabulo ukunqoba kukaKirsty lokhu ngoba usehle wafaka iZimbabwe ezindabeni ezinhle ezimayelana leZimbabwe ngalesi nsuku elihlezi liphuma indaba ezimbi zokulamba kwabantu, umnotho ongamanga kuhle kanye lezombusazwe ezimi manzonzo.
Related Posts
- Umdlali Wokuntsheza UKirsty Coventry Wenza Izimanga Emidlalweni Yama Olympics
- Inkulumo Phakathi KweZanu PF LeMDC Sezitshabalele?
- Inkulumo Phakathi KweZanu PF LeMDC Sezimisiwe, Kungela kuvumelana
- IZimbabwe Entsha Isizelwe!
- ISADC Ithi IZimbabwe Izabi Khona Emhlanganweni Kodwa Akwaziwa Ukuthi Izomelwa Ngubani
- Wesaba ukulobola isidumbu azibophele
- I-AFM ibhadalisa R100 yokuya emhlanganweni
- IBarcelona isithengisa uRonaldinho






